Ubuqhwaga
R200.00
Knowing the real enemy
SCHOOL BULLYING AND THE LAW
A Comprehensive Guide for Parents, Educators, Students and Communities
Description
Umhlahlandlela Ophelele Wabazali, Othisha, Abafundi
kanye Nemiphakathi
Ubuqhwaga esikoleni kuyinkinga eyinkimbinkimbi kakhulu,
edinga izixazululo ezinemikhakha eminingi kanye nokuzibo-
phezela okuvela kubabambiqhaza abaningi. Lokhu kuban-
dakanya abazali, izinhlaka eziphethe izikole, kuze kufike
kuhulumeni, abaphathiswe umthwalo wokuhlinzeka indawo
ephephile lapho abafundi bengakhula khona ngokomzwelo
nangokwengqondo, bekhululekile ekuhlukumezweni nase-
kwehlisweni kwesithunzi sabo.